Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 102:19 - IsiZulu 2020

19 USimakade wabuka phansi, esekuphakameni ezulwini, endaweni yakhe engcwele, wabuka emhlabeni

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngokuba ubheke phansi esekuphakameni kwakhe okungcwele, wabuka umhlaba esezulwini

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngokuba wabheka phansi esendaweni yakhe engcwele; uJehova wawubona umhlaba esezulwini;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 102:19
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

mawuzwe Wena usezulwini, indawo yakho ohlala kuyo, uyakuthethelela, wenze, unike yilowo nalowo njengezindlela zakhe, ngokuba nguwe wedwa owazi okusenhliziyweni yalowo nalowo muntu,


mawuzwe Wena usezulwini, indawo yakho ohlala kuyo, wenze njengakho konke owezizwe akucelile kuwe, ukuze bonke abantu bomhlaba balazi igama lakho, bakwesabe Wena njengabantu bakho, u-Israyeli, baze bazi ukuthi igama lakho libiziwe phezu kwale ndlu engiyakhileyo.


Amehlo kaSimakade abona emhlabeni wonke ukuqinisa labo abanhliziyo yabo iphelele kuye. Wenze ubuwula kule nto, ngokuba kusukela manje sekuzohlala kunokulwa.”


“UNkulunkulu akekho yini phezulu ezulwini na? Bheka, izinkanyezi eziphakemeyo ukuthi ziphakeme kangakanani.


USimakade uyababuka abantwana babantu esezulwini, ukubona ukuthi ukhona yini ohlakaniphileyo, ofuna uNkulunkulu.


abantu engizidalele bona, ukuze bamemezele udumo lwami.


Bheka phansi usendaweni yobungcwele bakho emazulwini, ubusise abantu bakho u-Israyeli nomhlaba osinike wona njengokufunga kwakho kokhokho, izwe elichichima ubisi noju.’


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka