AbAhluleli 9:45 - IsiZulu 202045 U-Abhimelekhi walwa nomuzi lonke lolo lusuku; wawudla umuzi, wabulala abantu ababekuwo, wawushisa umuzi, wawufaza ngosawoti. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE45 U-Abimeleki walwa nomuzi lonke lolo suku; wawuthatha umuzi, wabulala abantu ababekuwo, wawubhidliza umuzi, wahlwanyela usawoti kuwo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202445 U-Abimeleki walwa nomuzi ngalolo suku lonke; wawuthatha umuzi, wabulala abantu ababekuwo, wawuchitha umuzi, wawuhlwanyela ngosawoti. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngalokho-ke ngifunga ngiyagomela,” kusho uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Impela uMowabi uyakuba njengeSodoma, abantu bakwa-Amoni bafane neGomora, izwe lembabazane nemigodi kasawoti nencithakalo yaphakade. Insali yabantu bami iyakubaphanga, nabaseleyo besizwe sami bayakudla ifa labo.”