AbAhluleli 7:8 - IsiZulu 20208 Abantu baphatha umphako namacilongo abo ngezandla, bonke abanye bakwa-Israyeli wababuyisela emathendeni abo, wasala nalawo madoda angama-300. Inkambu yakwaMidiyani yayingezansi kwakhe, esigodini. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Abantu base bethatha umphako ngesandla sabo namacilongo abo; bonke abanye abakwa-Israyeli wabathuma, kwabayilowo nalowo etendeni lakhe, wagcina lawo madoda amakhulu amathathu; ikamu* lakwaMidiyani laliphansi kwakhe esigodini. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 Abantu badla ukudla namacilongo abo esandleni sabo, wabathuma bonke abanye bakwa-Israyeli, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe, wagcina lawo madoda angamakhulu amathathu; impi yakwaMidiyani yayiphansi kwakhe esigodini. Uka jalj uñjjattʼäta |