Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 6:37 - IsiZulu 2020

37 ngizobeka uboya esibuyeni, uma kulale amazolo phezu kwabo kuphela, kodwa komile emhlabathini, ngizokwazi ukuthi uzomkhulula u-Israyeli ngesandla sami, njengoba ushilo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 bheka, ngiyakubeka uboya obugundiweyo esibuyeni; uma kukhona amazolo eboyeni bodwa komile emhlabathini wonke, ngiyakwazi ukuthi uzakusindisa u-Israyeli ngesandla sami, njengalokho ukhulumile.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Bheka, ngiyakubeka uboya bezimvu phansi; uma amazolo eboyeni kuphela, ome emhlabeni wonke ngaphandle, ngiyakwazi ukuthi uyakumhlenga u-Israyeli ngesandla sami, njengokusho kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 6:37
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Sengathi intombi engiyokuthi kuyo: ‘Ngicela uke uyethule imbiza yakho, ungiphuzise,’ iphendule ithi: ‘Phuza, futhi ngizowaphuzisa namakameli akho,’ kungaba yileyo oyimisele inceku yakho u-Isaka. Ngalokho ngiyoqiniseka ukuthi uyenzele isihawu inkosi yami.”


Mayifane njengemvula otshanini, nanjengesihlambi simatisa umhlaba.


Ngiyakuba njengamazolo ku-Israyeli, uyakuqhakaza njengomnduze, agxilise izimpande zakhe njengeLebhanoni.


Kepha uJesu waphendula wathi: “Angithunyelwanga kwabanye, kodwa kuphela ezimvini ezilahlekileyo zendlu yakwa-Israyeli.”


Isifundiso sami masehle njengemvula, inkulumo yami iconse njengamazolo, njengomkhizo otshanini, nanjengezihlambi ohlazeni,


Wayesethi kuye: “Uma ngifumene umusa emehlweni akho, ngikhombise isibonakaliso sokuthi nguwena okhuluma nami.


UGideyoni wayesethi kuNkulunkulu: “Ukuze ngibone ukuthi uyakumkhulula yini u-Israyeli ngesandla sami njengoba ushilo;


Nebala kwaba njalo. Ngesikhathi evuka ekuseni ngakusasa, wabukhama uboya, kwaphuma oboyeni amazolo ayengagcwala umcengezi wamanzi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka