Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 5:9 - IsiZulu 2020

9 Inhliziyo yami ikubaholi bakwa-Israyeli abazinikele phakathi kwabantu. Dumisani uSimakade!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Inhliziyo yami ikubabusi bakwa-Israyeli abazinikelayo ngenhliziyo phakathi kwabantu; bongani uJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Inhliziyo yami ikubabusi bakwa-Israyeli abazinikela ngokuzithandela phakathi kwabantu. Dumisani uJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 5:9
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abantu bajabula ngokunikela kwabo ngenhliziyo, ngokuba banikela ngenhliziyo epheleleyo kuSimakade; naye uDavide, inkosi, wajabula ngokujabula okukhulu.


Wayelandelwa ngu-Amasiya, indodana kaZikhiri, owazinikela ngenhliziyo epheleleyo kuSimakade, enamaqhawe anamandla ayizi-200 000.


Lapho uHezekiya nezikhulu beza, babona izinqwaba, bambonga uSimakade nabantu bakhe u-Israyeli.


Abantu babusisa bonke abantu abazinikela ukuhlala eJerusalema.


Mbonge uSimakade, mphefumulo wami, ungaze wakhohlwa yimisebenzi yakhe yonke yomusa,


Abantu bakho bayokuza kuwe, behlobe ngemvunulo engcwele, bayovela njengombethe entathakusa.


Uma kukhona ukulangazela, nesipho siyemukeleka njengalokhu umuntu ethanda, kungayi ngalokho angenakho.


ngokuba naye kagcinanga ngokwemukela umyalo wethu, kodwa eqhutshwa yinkuthalo enkulu, uphumile weza kini engaqhutshwa muntu.


Ngakho ngikubona kudingeka ukuba ngibagqugquzele abazalwane ukuba bahambe beze kini kuqala, ukuze balungisele kuqala lesi sipho nesibusisekile kangaka esethenjiswa sona phambilini, ukuze sihlale silungisiwe, sibe yisibusiso, singabi njengesokuncishana.


“Uma abaholi bakwa-Israyeli behamba phambili, nabantu bazinikela ngokukhululeka, makadunyiswe uSimakade!


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka