AbAhluleli 20:25 - IsiZulu 202025 AbakwaBhenjamini baphuma eGibheya ukuyolwa nabakwa-Israyeli ngosuku lwesibili, babulala abayizi-18 000 zamadoda akwa-Israyeli ayehlome ngenkemba. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE25 UBenjamini waphuma eGibeya ukuhlangabezana nabo ngosuku lwesibili, wabuye wabulala kubantwana bakwa-Israyeli amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke labo babehlome inkemba. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202425 UBenjamini waphuma eGibeya ukulwa nabo ngosuku lwesibili, wabuye wachitha abantu abayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili ezweni labantwana bakwa-Israyeli; bonke bahosha izinkemba zabo. Uka jalj uñjjattʼäta |