AbAhluleli 16:5 - IsiZulu 20205 Amakhosi amaFilisti akhuphukela kuye, athi: “Yenga uSamsoni, uthole ukuthi yini amandla akhe emakhulu kangaka, nokuthi singamehlula kanjani ukuze simbophe, simnqobe; siyakukunika ngamunye izinhlamvu zesiliva eziyi-1 100.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Amakhosi amaFilisti enyukela kuye, athi kuye: “Myenge, ubone ukuthi amandla akhe amakhulu aphi nokuthi singamahlula ngani ukuba simbophe, simnqobe; siyakukunika, kube yilowo nalowo, izinhlamvu eziyinkulungwane nekhulu zesiliva.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20245 Zase zifika kuye izikhulu zamaFilisti, zathi kuye: “Mlinge, ubone ukuthi amandla akhe amakhulu akuphi, nokuthi singamehlula kanjani, ukuze simbophe, simcindezele; siyakukunika, kube yilowo nalowo amashekeli esiliva ayishumi nekhulu. Uka jalj uñjjattʼäta |
U-Akhishi wambiza uDavide, wathi kuye: “Ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade, wena uqotho; ngikubone kukuhle emehlweni ami ukuba uphume futhi ubuye nami empini, ngokuba angifumananga bubi kuwe kusukela ngosuku owafika ngalo kimi kuze kube namuhla, kodwa amakhosi awakuboni kukuhle ukuba uhambe nathi.