AbAhluleli 16:24 - IsiZulu 202024 Lapho abantu bembona uSamsoni bamdumisa unkulunkulu wabo, bathi: “Unkulunkulu wethu unikele isitha sethu esandleni sethu, umchithi wezwe lakithi, nobulale abaningi bakithi.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE24 Abantu bambona, bamtusa unkulunkulu wabo, ngokuba bathi: “Unkulunkulu wethu unikele esandleni sethu isitha sethu nomchithi wezwe lakithi obulele abaningi phakathi kwethu.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202424 Abantu sebembonile badumisa unkulunkulu wabo, ngokuba bathi: “Unkulunkulu wethu unikele esandleni sethu isitha sethu nomchithi wezwe lethu, owabulala abaningi bethu.” Uka jalj uñjjattʼäta |
kepha uziphakamisile wamelana neNkosi yasezulwini. Balethe kuwe izitsha zendlu yakhe; wena, nezinduna zakho, nomkakho, nezancinza zakho naphuza iwayini ngazo. Wena ubadumisile onkulunkulu besiliva, abegolide, abethusi, abensimbi, abomuthi, nabetshe, abangaboni, abangezwa, abangazi, kodwa awumdumisanga uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho.