Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 15:1 - IsiZulu 2020

1 Sekwedlule isikhathi, ngesikhathi sokuvunwa kukakolo, uSamsoni wahamba wayovakashela umkakhe, ephethe izinyane lembuzi, wathi: “Ngivumele ngingene ekamelweni lomkami.” Kodwa umukhwe wakhe akamvumelanga ukuba angene.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kodwa kwathi emva kwesikhathi, ngesikhathi sokuvuna ukolweni, uSamsoni wahambela umkakhe enezinyane lembuzi; wathi: “Ngiyakungena kumkami ekamelweni.” Kepha uyise kavumanga ukuba angene.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi emva kwesikhashana, ngesikhathi sokuvuna ukolweni, uSamsoni wahambela umkakhe enezinyane lembuzi; wathi: Ngizongena ekamelweni nomkami. Kodwa uyise kazange avume ukuthi angene.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 15:1
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJakobe wayesethi kuLabani: “Nginike umkami ukuze ngilale naye, ngokuba sesiphelile isikhathi esasivumelene ngaso.”


Wathi yena: “Ngizokunika izinyane lembuzi emhlanjini wami.” Owesifazane wathi: “Uzonginika yini isibambiso uze ulithumele na?”


Ngalezo zinsuku nasemveni kwazo, kwaba khona iziqhwaga emhlabeni. Amadodana kaNkulunkulu alala namadodakazi abantu, awazalela abantwana. Baba ngamaqhawe asendulo, adumileyo.


Kepha yaphendula, yathi kuyise: ‘Bheka nje, iminyaka engaka ngikusebenzela; angizange ngiweqe umyalo wakho, kepha mina awukaze ungihlabise ngisho nezinyane lembuzi leli, ukuba ngithokoze nabangani bami.


“Uma indoda ithatha intombi iyigane, ilale nayo, bese iyayizonda,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka