Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 14:15 - IsiZulu 2020

15 Ngosuku lwesikhombisa zathi kumkaSamsoni: “Mnxenxe umyeni wakho ukuba asichazele imfumbe, kungenjalo sizokushisa ngomlilo wena nendlu kayihlo. Ngabe usimemele lapha ukuba nizosiphundla sibe mpofu, akunjalo na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kwathi ngosuku lwesikhombisa bathi kumkaSamsoni: “Yenza umyeni wakho ukuba asichasisele imfumbe, funa sikushise wena nendlu kayihlo ngomlilo; nisimemele ukuba nisidle na? Akunjalo na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwathi ngosuku lwesikhombisa bathi kumkaSamsoni: “Linga umyeni wakho ukuba asitshele imfihlakalo, funa sikushise wena nendlu kayihlo ngomlilo; usibizele ukuthatha esinakho? Akunjalo?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 14:15
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

uma zithi kuwe: “Woza, hamba nathi ukuze sibalalele unyendle, ngaphandle kwesizathu, sichithe igazi labangenacala!


Izindebe zowesifazane ondindayo ziconsa uju; umlomo wakhe ubushelelezi kunamafutha,


Ngokuba owesifazane oyisiphingi ungamkhokhela ngeqebelengwane lesinkwa, kepha umfazi ophingayo womuntu, uzingela impilo eyigugu yendoda.


Ningathembeli kumakhelwane, ningakholwa ngumngani. Qaphela okukhuluma ngomlomo wakho kulowo olala esifubeni sakho.


Amadoda akwa-Efrayimi abizwa ukuba ahlome, ase ewelela eZafoni, athi kuJeftha: “Uweleleni wayokulwa nabakwa-Amoni, wangasibiza thina ukuba sihambe nawe, na? Sizoyithungela ngomlilo indlu yakho, iwele phezu kwakho.”


Wayesethi kuzo: “Kodlayo kwaphuma ukudla, konamandla kwavela okumnandi.” Ezinsukwini ezintathu azikwazanga ukuyichaza imfumbe leyo.


AmaFilisti ayesebuza ethi: “Kwenziwe ngubani lokhu, na?” Baphendula bathi: “NguSamsoni, umkhwenyana womThimna, ngenxa yokuba umukhwe wakhe uthathe umkaSamsoni wamnika umngani kaSamsoni.” AmaFilisti enyuka, amshisa yena noyise.


Amakhosi amaFilisti akhuphukela kuye, athi: “Yenga uSamsoni, uthole ukuthi yini amandla akhe emakhulu kangaka, nokuthi singamehlula kanjani ukuze simbophe, simnqobe; siyakukunika ngamunye izinhlamvu zesiliva eziyi-1 100.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka