Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 11:33 - IsiZulu 2020

33 Wababulala kusukela e-Aroweri kuye kuyofika eMinithi, imizi engama-20, nase-Abhela Kheramimi. Abakwa-Amoni banqotshwa ngabakwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Wababulala kusukela e-Aroweri kuze kufike eMiniti, imizi engamashumi amabili, nase-Abela Keramimi ngokuceka okukhulu kakhulu. Kanjalo abantwana bakwa-Amoni banqotshwa phambi kwabantwana bakwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Wabachitha kusukela e-Aroweri kwaze kwaba seMiniti, imizi engamashumi amabili nasethafeni lezivini, ngokuceka okukhulu kakhulu. Bathotshiswa kanjalo abantwana bakwa-Amoni phambi kwabantwana bakwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 11:33
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yakwa-Israyeli yaphuma, yabhubhisa amahhashi nezinqola zempi, yabulala ama-Aramu amaningi kakhulu.


“ ‘UJuda nezwe lakwa-Israyeli babehweba kuwe; bahweba impahla yakho ngokolo waseMinithi, ngojeqe, ngoju, ngamafutha nangebhalisamu.


Abozalo lukaGadi bakha kabusha iDibhoni, ne-Athorithi, ne-Aroweri,


Kusukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni nasemzini osesigodini kuze kube kwaGileyadi, akubangabikho muzi owasehlulayo ngokuphakama; uSimakade uNkulunkulu wethu wayinikela yonke kithi.


UJeftha wayesedlulela kubantu bakwa-Amoni ukuba alwe nabo; uSimakade wabanikela esandleni sakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka