Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 4:6 - IsiZulu 2020

6 Bangena endlini kungathi bazolanda ukolo, base bemgwaza esiswini; uRekhabhi noBhahana, babaleka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Bangena khona phakathi kwendlu kungathi bayakulanda ukolweni; bamgwaza esiswini; oRekabi noBahana umfowabo babaleka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Basebefika lapho phakathi kwendlu, kungathi bayolanda ukolweni; bamshaya esikhunjeni sesihlanu, uRegabi noBhana umfowabo babaleka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 4:6
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha wenqaba ukuchezuka. U-Abhineri wamgwaza esiswini ngesidunu somkhonto, umkhonto waze wayophumela ngemuva. Wawela lapho, wafa. Bonke abafika endaweni lapho u-Asaheli ayewele khona, wafa, babema bathule du!


U-Amasa akayinakanga inkemba eyayiphethwe nguJowabe ngesandla. UJowabe wamgwaza kanye ngayo esiswini, izibilini zakhe zachithekela emhlabathini, wafa ujuqu. Akamphindanga. UJowabe no-Abhishayi, umfowabo, baqhubeka bexosha uSheba, indodana kaBhikhiri.


U-Abhineri esebuyele eHebhroni, uJowabe wambizela eceleni ngasesangweni ukuze akhulume naye ngasese. Wamgwaza esiswini wafela lapho, ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


Indodana kaSawule yayinezinduna ezimbili zabahlaseli: enye kwakunguBhahana enye kunguRekhabhi. Babengamadodana kaRimoni waseBherothi, wozalo lukaBhenjamini ngokuba iBherothi indawo eyanikwa uBhenjamini.


U-Ehudi waphulukundlela ngesikhathi zisalindile, wedlula ezithombeni ezibaziweyo, wabalekela eSeyiri.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka