2 Samuweli 4:4 - IsiZulu 20204 UJonathani, indodana kaSawule, yayinendodana elunyonga. Yayineminyaka emihlanu lapho kuzwakala izindaba ngoSawule noJonathani zivela eJizreyeli, ngakho-ke umzanyana wayo wayithatha, wabaleka nayo. Ngesikhathi ephuthuma ebaleka, yawa, yaba lunyonga. Igama layo kwakunguMefibhoshethi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 UJonathani indodana kaSawule wayenendodana elunyonga ngezinyawo. Yayineminyaka eyisihlanu ekufikeni kombiko ngoSawule noJonathani uvela eJizreyeli; umzanyana wayo wayithatha, wabaleka; kwathi eseshesha ukubaleka, yawa, yaba lunyonga. Igama layo lalinguMefibosheti. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20244 UJonathani indodana kaSawule wayenendodana elunyonga ezinyaweni zakhe. Wayeneminyaka eyisihlanu lapho kufika umbiko ngoSawule noJonathani uvela eJizreyeli, umzanyana wakhe wamphakamisa, wabaleka; kwathi lapho ebaleka ngokuphangisa, wawa waba yisishosha. Igama lakhe lalinguMefibosheti. Uka jalj uñjjattʼäta |