2 Samuweli 21:3 - IsiZulu 20203 UDavide wathi kwabaseGibheyoni: “Yini enginganenzela yona, futhi ngingenza kanjani ukuba sithelelane amanzi ukuze nilibusise ifa likaSimakade na?” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 wathi-ke uDavide kwabaseGibeyoni: “Nginenzele ntoni na? Ngingenza ukubuyisana ngantoni ukuba nibusise ifa likaJehova na?” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 Ngakho uDavida wathi kwabaseGibeyoni: Ngizalenzelani? ngiyakwenza ukubuyisana ngani, ukuze nibusise ifa likaJehova na? Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’