Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 16:19 - IsiZulu 2020

19 Ngiyakukhonza bani uma ngingekhonze indodana yakhe, na? Njengalokhu ngamsebenzela uyihlo, ngizokwenza kanjalo nakuwe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Futhi ngikhonze bani na? Kungabi phambi kwendodana yakhe na? Njengalokho ngakhonza phambi kukayihlo, kanjalo ngiyakuba phambi kwakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Futhi ngizakhonza bani? angiyikukhonza phambi kwendodana yakhe na? njengalokho ngakhonza phambi kukayihlo, ngiyakuba njalo phambi kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 16:19
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

kodwa uma ubuyela emzini ufike uthi ku-Absalomu: ‘Sengizokuba yinceku yakho manje njengoba bengiyinceku kayihlo, manje sengizoba ngeyakho,’ ngokwenza lokho nje uyokwazi ukungibhuntshisela amasu ka-Ahithofeli.


Wayesethi uHushayi ku-Absalomu: “Qha, lowo okhethwe nguSimakade, nayilaba bantu, abantu bonke bakwa-Israyeli ngiyakuba ngowakhe, ngihlale naye.


Wayesethi u-Absalomu ku-Ahithofeli: “Sinike iseluleko sakho, senzenjani, na?”


amazwi akhe abushelelezi kunamafutha, kodwa inhliziyo igaya izibozi.


Nabanye abaJuda bazenzisa njengaye, noBharnabha waze wathatheka ngokuzenzisa kwabo.


UDavide wathi ku-Akhishi: “Kunjalo, yikhona uyokwazi ukuthi inceku yakho iyakwenzani.” U-Akhishi wathi kuDavide: “Ngakho-ke ngizokubeka ube ngumqaphi njalo.”


UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Utholeni encekwini yakho, kusukela osukwini engafika ngalo kuwe kuze kube namuhla, ukuba ngingaphumi ukuyokulwa nezitha zenkosi yami, inkosi na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka