Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 13:1 - IsiZulu 2020

1 U-Absalomu, indodana kaDavide, wayenodadewabo omuhle, ogama lakhe kunguThamari; u-Amnoni, indodana kaDavide, wayemthanda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi emva kwalokho u-Abisalomu indodana kaDavide wayenodadewabo obukekayo ogama lakhe linguTamari; u-Amnoni indodana kaDavide wamthanda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngasemuva u-Abisalomu indodana kaDavide wayenodadewabo omuhle ogama lakhe linguTamari; u-Amnoni indodana kaDavide wamthanda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 13:1
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJakobe wamthanda uRaheli, wayesethi kuLabani: “Ngizokukusebenzela iminyaka eyisikhombisa ngoRaheli indodakazi yakho encane.”


UJakobe wasebenza iminyaka eyisikhombisa ukuze aganwe nguRaheli, kodwa ngenxa yothando ayemthanda ngalo uRaheli kwaba sengathi iyizinsuku ezimbalwa.


Wayethathekile nguDina, indodakazi kaJakobe, futhi emthanda, wakhuluma naye wathulula inhliziyo yakhe kuye.


amadodana kaNkulunkulu abona amadodakazi abantu ukuthi mahle, aziqokela abafazi phakathi kwawo.


Kwakungesikhathi sakusihlwa lapho uDavide evuka embhedeni, wayesehamba ophahleni lwesigodlo sakhe. Wabona owesifazane egeza, lo wesifazane wayemuhle ngokwedlulele, ebukeka kahle.


U-Amnoni esekwenzile lokho wamzonda uThamari ngenzondo eyedlula uthando ayenalo ngaye phambilini. U-Amnoni wayesethi kuThamari: “Vuka uhambe.”


Lokho kwamhlupha waze wagula ngenxa kadadewabo, uThamari, owayeyintombi, ngakho-ke kwakulukhuni ku-Amnoni ukuba angenza utho kuye.


U-Absalomu wazala amadodana amathathu nendodakazi eyodwa, ayiqamba ngokuthi nguThamari; yayingowesifazane omuhle kakhulu.


Inkosi uSolomoni yathanda abesifazane bezizwe abaningi nendodakazi kaFaro, abesifazane bakwaMowabi, bakwa-Amoni, bakwa-Edomi, bamaSidoni nabamaHithi.


owesithathu ngu-Absalomu, indodana kaMahakha, indodakazi kaThalimayi, inkosi yaseGeshuri; owesine ngu-Adoniya, indodana kaHagithi;


Wonke lawo kwakungamadodana kaDavide, ngaphandle kwalawo ayezalwa yizancinza. Udadewabo kwakunguThamari.


Ubuhle buyinkohliso, nokubukeka kuyize, kepha owesifazane owesaba uSimakade uyakudunyiswa.


Ungabukhanuki ubuhle bakhe enhliziyweni yakho, angakubambi ngezinkophe zakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka