Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 12:1 - IsiZulu 2020

1 USimakade wayesethuma uNathani kuDavide. Wafika kuye wathi: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye, enye icebile, enye impofu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJehova wayesethuma uNathani kuDavide. Wafika kuye, wathi kuye: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye, enye icebile, enye impofu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJehova wathuma uNathani kuDavide. Wafika kuye, wathi kuye: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye; omunye ecebile, omunye empofu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 12:1
24 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UDavide wayesethi esithunyweni: “Ubofike uthi kuJowabe: ‘Le nto mayingabi ngembi emehlweni akho, ngokuba inkemba idla omunye njengoba yenza nakomunye; qinisa impi yakho ngasemzini, uwubhubhise,’ bese umqunga isibindi uJowabe.”


Ecebileyo yayinezimvu nezinkomo eziningi kakhulu,


Ngokuba simelwe ukufa, sinjengamanzi achithwa emhlabathini, angenakubuye aqoqwe. UNkulunkulu akakususi ukuphila, kepha uqamba amasu ukuba oxoshiweyo angabi ngumxoshwa kuye.


UNathani wawakhuluma kuDavide wonke lawo mazwi nakho konke lokho akubonile.


Kepha uZadoki umphristi, uBhenaya indodana kaJehoyada, uNathani umphrofethi, uShimeyi, uReyi namaqhawe kaDavide abamlandelanga u-Adoniya.


Kwavela ngaleso sikhathi kwaJuda umuntu kaNkulunkulu, ethunywe nguSimakade, waya eBhethele. UJerobhowamu wayemi e-althare ukuba ashise impepho.


Kwathi emveni kwezinsuku eziningi, izwi likaSimakade lafika ku-Eliya ngonyaka wesithathu, lathi: “Hamba uzibonakalise ku-Ahabi; ngiyakunisa imvula emhlabeni.”


“Suka wehle, uhlangabeze u-Ahabi, inkosi yakwa-Israyeli, oseSamariya; wehlile, usesivinini sikaNabothi, ukuba asidle.


u-Azariya, indodana kaNathani, owayengamele zonke izikhulu; uZabudi, indodana kaNathathi, owayengumphristi nomngani wenkosi


Kepha ingelosi kaSimakade yathi ku-Eliya waseThishibhi: “Suka, wenyuke uhlangabeze izithunywa zenkosi yaseSamariya, uthi kuzo: ‘Kungenxa yokuba kungekho Nkulunkulu yini kwa-Israyeli ukuba nihambe niyohlola kuBhali Zebhubhi, unkulunkulu wase-Ekhroni na?’ ”


Izinto ezenziwa nguDavide ekuqaleni nasekugcineni, zonke zilotshiwe encwadini yezindaba zikaSamuweli umboni, encwadini yezindaba zikaNathani umphrofethi, nasencwadini yezindaba zikaGadi umboni.


Kwase kufika umphrofethi u-Izaya kuHezekiya, inkosi, wathi kuye: “Bebethini laba bantu; baphumaphi njengoba beze kuwe na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka