Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 11:25 - IsiZulu 2020

25 UDavide wayesethi esithunyweni: “Ubofike uthi kuJowabe: ‘Le nto mayingabi ngembi emehlweni akho, ngokuba inkemba idla omunye njengoba yenza nakomunye; qinisa impi yakho ngasemzini, uwubhubhise,’ bese umqunga isibindi uJowabe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 UDavide wayesethi kuso isithunywa: “Uyakusho kanje kuJowabe, uthi: ‘Le nto mayingabi mbi emehlweni akho, ngokuba inkemba idla omunye njengomunye; qinisa impi yakho ngasemzini, uwuchithe;’ bese wumqunga isibindi.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

25 UDavide wayesethi kuso isithunywa: “Uzakusho kanje kuJowabe, uthi: ‘Le ndaba mayingakuthukuthelisi, ngokuba inkemba idla omunye njengalokhu; qinisa impi yakho ngokumelene nomuzi futhi uwuchithe, futhi uwukhuthaze.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 11:25
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ababeciba ngemicibisholo besogangeni, baziciba izinceku zakho; ezinye zezinceku zenkosi zifile, nenceku yakho u-Uriya, umHithi nayo ifile.”


Umka-Uriya wezwa ukuthi u-Uriya indoda yakhe ufile. Wamlilela umyeni wakhe.


UJowabe wahlasela iRabha labakwa-Amoni, wadla umuzi wasebukhosini.


Abantu, amadoda akwa-Israyeli, baqunga isibindi, babuye bayihlela ngezinhla zayo impi lapho babeyihlele khona ngosuku lokuqala.


Bhekani, uma zenyuka nawo ngendlela esemngceleni waseBhethi Shemeshi, yazini ukuthi nguNkulunkulu ka-Israyeli osehlisele lobo bubi obukhulu. Uma kungenzeki kanjalo, kuyobe sehlelwe yingozi nje.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka