2 Samuweli 1:10 - IsiZulu 202010 “Ngase ngima ngakuye, ngambulala, ngokuba ngangazi ukuthi ngeke esaphila uma esewile, ngawuthatha umqhele owawusekhanda lakhe, nesongo elalisengalweni yakhe, ngase ngikuletha lapha enkosini yami.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 “Ngase ngima ngakuye, ngambulala, ngokuba ngakwazi ukuthi angephile esewile, ngathatha umqhele owawusekhanda lakhe, nesongo elalisengalweni yakhe, ngikulethile lapha enkosini yami.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202410 Ngema phezu kwakhe, ngambulala, ngokuba ngangazi ukuthi akayikuphila emva kokuwa kwakhe; ngase ngithatha umqhele owawusekhanda lakhe nesongo elisengalweni yakhe ngakuletha lapha enkosini yami. Uka jalj uñjjattʼäta |