2 kaPetru 2:6 - IsiZulu 20206 Imizi iSodoma neGomora uNkulunkulu wayilahla ngecala, wayeseyingqongqisa ngomlilo, yaba ngumlotha. Wayenza yaba yisibonelo salokho okuzakubehlela labo abangayikumesaba uNkulunkulu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 nemizi yaseSodoma neGomora wayahlulela wayichitha ngokuyiphendula umlotha, eyenza ibe yisiboniso kubo abangayikumesaba uNkulunkulu; Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible6 Wayilahla imizi yaseSodoma neyaseGomora, wayichitha, wayichitha, ephendula imizi yaseSodoma neyaseGomora ibe yisibonelo kwabangayikumesaba uNkulunkulu; Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Wayilahla imizi yaseSodoma neyaseGomora, wayichitha, wayichitha, ephendula imizi yaseSodoma neyaseGomora ibe yisibonelo kwabangayikumesaba uNkulunkulu; Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngalokho-ke ngifunga ngiyagomela,” kusho uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Impela uMowabi uyakuba njengeSodoma, abantu bakwa-Amoni bafane neGomora, izwe lembabazane nemigodi kasawoti nencithakalo yaphakade. Insali yabantu bami iyakubaphanga, nabaseleyo besizwe sami bayakudla ifa labo.”