1 Samuweli 9:2 - IsiZulu 20202 Wayenendodana igama layo kunguSawule, insizwa enhle; kwakungekho muntu omuhle kunaye phakathi kwabantu bakwa-Israyeli. Kusukela emahlombe akhe kuya phezulu wayemude kunabo bonke abantu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Wayenendodana egama layo lalinguSawule, insizwa enhle; kwakungekho muntu omuhle kunaye phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli; kusukela emahlombe akhe kuya phezulu wayemude kunabo bonke abantu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20242 Wayenendodana igama layo linguSawule, insizwa enhle nebukekayo; kwakungekho muntu omuhle kunaye phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli; kusukela emahlombe akhe kuya phezulu wayemude kunabo bonke abantu. Uka jalj uñjjattʼäta |