Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 4:14 - IsiZulu 2020

14 Kwathi lapho u-Eli ezwa umsindo wokukhala, wathi: “Ngowani lowo msindo wokumemeza na?” Lowo muntu washesha waya kuye, wamtshela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Lapho u-Eli ezwa umsindo wokukhala, wathi: “Uthini umsindo walokhu kumemeza na?” Lowo muntu washesha waya wamtshela u-Eli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwathi uEli esizwa umsindo wokumemeza wathi: Uyini umsindo walokhu kumemeza? Khona-ke lowo muntu washesha wangena watshela u-Eli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 4:14
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Yima endleleni, uqaphele wena ohleli e-Aroweri, buza kobalekayo nakowesifazane ophunyukile, uthi: ‘Kwenzenjani na?’


Wafika; bheka, u-Eli wayehleli esihlalweni sakhe eceleni komgwaqo ebukela, ngokuba inhliziyo yakhe yayithuthumela ngenxa yomphongolo kaNkulunkulu. Kwathi ukuba lowo muntu angene emzini, wawubikela, kwasuka esinamathambo isililo kuwo wonke umuzi.


U-Eli wayeseneminyaka engama-98, amehlo akhe esenqundekile, engasaboni kahle.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka