Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 17:40 - IsiZulu 2020

40 Wathatha induku yakhe wayiphatha ngesandla, wazikhethela amatshe ayisihlanu abushelelezi emfundlaneni, wawafaka esikhwameni somelusi, waphatha nendwayimane yakhe ngesandla. Wasondela kumFilisti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Wathatha induku yakhe ngesandla, wazikhethela amatshe ayisihlanu abushelezi emfudlaneni, wawafaka esikhwameni somalusi ayenaso, eyikeni lakhe, indwayimana yakhe isesandleni sakhe; wayesesondela kumFilisti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Waphatha udondolo lwakhe esandleni sakhe, wazikhethela amatshe ayisihlanu abushelezi emfudlaneni, wawafaka esikhwameni esikhwameni somalusi ayenaso; indwayimane yakhe yayisesandleni sakhe, wasondela kumFilisti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 17:40
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ningaphathi kwasikhwama sokwethekela, nabhantshi lesibili, kwazicathulo, kwaludondolo, ngokuba isisebenzi kufanele sinikwe ukudla kwaso.


Kuwona wonke lowo mbutho, kwakukhona amadoda angama-700 ayeqokiwe engamanxele wonke, ayekwazi ukunemba ngetshe, angageji.


Emva kwakhe kwalandela uShamgari, indodana ka-Anathi, owabulala amaFilisti angama-600 ngomcijo wokuhlokoloza izinkomo. Naye futhi wamkhulula u-Israyeli.


Wambhincisa uDavide inkemba yakhe phezu kwezingubo ayemgqokise zona, wazama ukuhamba ngokuba wayengazejwayele. UDavide wathi kuSawule: “Angikwazi ukuhamba nalezi zinto; angikazejwayeli.” UDavide wayesezikhumula.


Weza umFilisti, wafika wasondela kuDavide; umuntu owayephethe isihlangu wayehamba phambi kwakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka