Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 17:1 - IsiZulu 2020

1 AmaFilisti ahlanganisa amabutho awo ukuba ayokulwa; abuthana eSoko kwaJuda, akanisa phakathi kweSoko ne-Azekha, e-Efesi Damimi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 AmaFilisti abutha izimpi zawo ukuba alwe; abuthana eSoko lakwaJuda, amisa phakathi kweSoko ne-Azeka e-Efesi Damimi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 AmaFilisti abutha izimpi zawo ukuba alwe, abuthana eSogo lakwaJuda, amisa phakathi kweSogo ne-Azeka e-Efesu-Damimi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 17:1
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayekanye noDavide ePhasi Damimi, ngesikhathi kubuthana amaFilisti lapho ukuyokulwa nabo. Kwakukhona isiqinti sezwe esasigcwele ibhali. Abantu babebalekile phambi kwamaFilisti.


iBhethi Zuri, iSoko, i-Adulamu,


NamaFilisti ayefikile ahlasela imizi yasehlanzeni neNegevu kwelakwaJuda, adla iBhethi Shemeshi, i-Ajaloni, iGederothi, iSoko nemizana yalo; ahlala khona.


ngesikhathi impi yenkosi yaseBhabhele ilwa neJerusalema nemizi yonke yakwaJuda eseleyo, iLakhishi ne-Azeka, ngokuba yiyo imizi ebiyelweyo eyayisele emizini yakwaJuda.


iJarimuthi, i-Adulamu, iSoko, i-Azeka,


Kwakuyilezi izizwe: amakhosi ayisihlanu amaFilisti, nawo wonke amaKhanani, amaSidoni, amaHivi ayehlala entabeni iLebhanoni, kusukela entabeni iBhali Hermoni kuze kube seHamathi.


AmaFilisti abuthanela ukulwa no-Israyeli: izinqola eziyizi-30 000, abamahhashi abayizi-6 000, nabantu ababebaningi ngangesihlabathi ogwini lolwandle, benyuka bakanisa eMikhimashi empumalanga eBhethi Aveni.


USawule wayesebuya, wakhuphuka, akabe esawalandela amaFilisti; wona aya endaweni yawo.


Ngazo zonke izinsuku zikaSawule, kwakukhona ukulwa okunzima namaFilisti. Kwakuthi lapho uSawule ebona iqhawe nendoda enamandla azithathele bona.


Esezwile amaFilisti ukuthi abakwa-Israyeli babuthene eMizpha, amakhosi amaFilisti akhuphuka ukuyolwa no-Israyeli. Abantu bakwa-Israyeli bezwa, bagcwala ukwesaba phambi kwamaFilisti.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka