1 Samuweli 14:6 - IsiZulu 20206 UJonathani wathi odibini lwakhe: “Woza siwelele ngaphesheya, siye ebuthweni labangasokile, mhlawumbe uSimakade uzosisiza, ngokuba akukho okungamthiya ukuba asindise, kungaba ngabaningi noma ngabayingcosana.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 UJonathani wathi odibini lwakhe oluphethe izikhali zakhe: “Woza siwele, siye ekhandeni lalabo abangasokile; ingabe uJehova uyakusisebenzela, ngokuba akukho okumthiyayo uJehova ukuba asindise ngabaningi noma ngabayingcosana.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 UJonathani wasesithi kuyo ijaha eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele endaweni yabalindi yalaba abangasokile; nge min. Uka jalj uñjjattʼäta |
U-Asa wakhala kuSimakade uNkulunkulu wakhe, wathi: “Simakade, akekho ngaphandle kwakho ongasiza nongenamandla phakathi kwabaningi. Sisize, Simakade Nkulunkulu wethu, ngokuba sethembele kuwe, siphumile egameni lakho ukuzobhekana nalolu quqaba. Simakade, Wena unguNkulunkulu wethu, mawungahlulwa muntu.”