1 Samuweli 14:30 - IsiZulu 202030 Kakhulu kangakanani-ke ukuba abantu bebeyidlile impango yezitha abayitholile, ngabe ababulalanga yini amaFilisti amaningi kakhulu na?” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Kakhulu kangakanani, uma abantu bebedlile impela impango yezitha zabo abayifumanayo, ngokuba nga engabulawanga kakhulu amaFilisti na?” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202430 Kakhulu kangakanani uma abantu namuhla besidla ngokukhululeka empangweni yezitha zabo abayitholile? Ngokuba kwakungekho ukubulalana okukhulu kakhulu manje phakathi kwamaFilisti na? Uka jalj uñjjattʼäta |