Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 14:26 - IsiZulu 2020

26 Beselapho ehlathini, bheka, kwakuconsa uju, kodwa akubanga bikho noyedwa owaludla, ngokuba bonke babesaba isifungo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Abantu sebengenile ehlathini, bheka, izinyosi zaconsa, kepha akwabakho muntu obeka isandla emlonyeni, ngokuba abantu besaba isifungo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Lapho amadoda efika ehlathini, uju lwaconsa; kepha akubangakho obeka isandla sakhe emlonyeni wakhe, ngokuba abantu basesaba isifungo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 14:26
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngithi: gcina umyalo wenkosi, ngenxa yesifungo sikaNkulunkulu.


Isiphetho sabo bonke siyefana: abalungile nabangalungile, abahle nababi, abahlanzekile nabangcolile, abethula imihlatshelo nabangayethuli. Njengoba enjalo umuntu olungileyo, sinjalo nesoni; nanjengoba enjalo ofungayo, unjalo nobalekela isifungo.


UJohane wayenengubo yoboya bekameli noqhotho lwesikhumba okhalo lwakhe. Wayedla izinkumbi noju lwasendle.


Bonke abantu bangena ehlathini; kwakukhona uju phansi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka