Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 14:22 - IsiZulu 2020

22 Bonke abakwa-Israyeli ababecashe kwelezintaba kwa-Efrayimi bezwa ukuthi amaFilisti abalekile, nabo bawaxosha ngempi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Abantu bonke bakwa-Israyeli ababecashile ezintabeni zakwa-Efrayimi sebezwile ukuthi amaFilisti abaleka, nabo bawaxosha ekulweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngokufanayo, wonke amadoda akwa-Israyeli ayecashe ezintabeni zakwa-Efrayimi, lapho ezwa ukuthi amaFilisti abalekile, nawo awasukela ekulweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 14:22
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwabizwa wonke amadoda akwa-Israyeli, kwaNafethali nakwa-Asheri nakulo lonke elakwaManase, abaxosha abakwaMidiyani.


Kwathi lapho abantu bakwa-Israyeli bebona ukuthi basenkathazweni ngenxa yengcindezelo enkulu ababekuyo, abantu bacasha emigedeni, emahlozini, emaweni, ezinqabeni, nakuyo imithombokwakhiwa.


Baziveza bobabili kulo ibutho lamaFilisti. AmaFilisti ayesethi: “Bhekani, amaHebheru ayaphuma emigodini acashe kuyo.”


Kwathi ukuba abantu bakwa-Israyeli ababephesheya kwesigodi nalabo ababengaphesheya kweJordani, babone ukuthi abantu bakwa-Israyeli bayabaleka, nokuthi uSawule namadodana akhe bafile, bashiya imizi yabo, babaleka. AmaFilisti afika, ahlala kuyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka