1 Samuweli 13:22 - IsiZulu 202022 Kwathi ngosuku impi eyayibambene ngalo, akwaba bikho muntu kwabakwa-Israyeli ophethe inkemba noma umkhonto esandleni kulabo ababenoSawule noJonathani, ngaphandle kukaSawule noJonathani, indodana yakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE22 Kwathi ngosuku lokulwa akwabakho nkemba namkhonto esandleni samuntu owayenoSawule noJonathani; kodwa koSawule noJonathani indodana yakhe kwakukhona. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202422 Ngosuku lokulwa kwakungekho nkemba namkhonto esandleni sanoma yimuphi wabantu ababenoSawule noJonathani; kepha kwakunoSawule noJonathani indodana yakhe. Uka jalj uñjjattʼäta |