Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




URuthe 3:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kwathi phakathi kwamabili indoda yethuka, yaphenduka, bheka, kwakulele owesifazane ngasezinyaweni zayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kwathi phakathi kwamabili yethuka leyo ndoda, yaphenduka; bheka, kwakulele owesifazane ngasezinyaweni zayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Kuthe phakathi kwamabili uBhowazi waphaphama. Mamo! Nangu owesifazane elele ezinyaweni zakhe!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




URuthe 3:8
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UBhowazi esedlile waphuza, inhliziyo yakhe yathokoza, walala ekupheleni kwenqwaba; weza ngobumnene, wavula izinyawo zakhe, walala phansi.


Wathi: “Ungubani na?” Wathi: “Ngiyincekukazi yakho uRuthe; wendlala ingubo yakho phezu kwencekukazi yakho; ngoba uyisihlobo esiseduze.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka