Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 9:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Lapho ifu lihlala phezu kwetabernakele izinsuku eziningi, abantwana bakwa-Israyeli bagcina inkonzo kaJehova, abasukanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Nalapho ifu lihlala phezu kwetabernakele izinsuku eziningi, abantwana bakwa-Israyeli bagcina isiyalezo sikaJehova, abahambanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 Nalapho ifu lihleli phezu kwethabanakeli izinsuku eziningi, abakwa-Israyeli babesigcina isiyalo sikaSimakade, bangahambi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 9:19
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa uma ifu linganyuswanga, babengasuki kwaze kwafika usuku lokwenyuswa kwalo.


Ngakho anohlala imini nobusuku izinsuku eziyisikhombisa ngasemnyango wetende lokuhlangana, nigcine inkonzo kaJehova, ukuze ningafi; ngokuba umyalo wami wanikwa kanjalo.


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Uma nihamba ezindleleni zami, nilalela imiyalo yami, niyakwahlulela indlu yami, nilonde amagceke ami, ngininike izindawo zokuhamba phakathi kwalabo abami khona.


Kumelwe bagcine zonke izinto zetende lokuhlangana nenkonzo yabantwana bakwa-Israyeli ukuze benze umsebenzi wenkonzo yetende.


Ngokomyalo weNkosi abantwana bakoIsrayeli basuka, lanjengomlayo weNkosi bamisa inkamba;


Kwathi lapho ifu liphezu kwetabernakele izinsuku ezimbalwa; njengokwesiyalezo sikaJehova bahlala ematendeni abo, basuka njengomyalo kaJehova.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka