Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 7:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Okomhlatshelo wokubonga nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezinqama eziyisihlanu, nezimvu zamaduna ezineminyaka emihlanu ubudala; lokho kwakungumnikelo ka-Elisuri indodana kaSedewuri.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo ka-Elisuri indodana kaShedewuri.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

35 Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa ngu-Elizuri, indodana kaShedewuri.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 7:35
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lawa angamagama amadoda ayakuma nani: esizweni sakwaRubeni; u-Elisuri indodana kaSedewuri.


Lakhuphuka ibhanela lekamu likaRubeni ngamabandla abo; phezu kwebandla lakhe kwakungu-Elisuri indodana kaSeduri;


Ibhanela lekamu likaRubeni liyakuba ngaseningizimu ngamabandla abo; isikhulu sabantwana bakwaRubeni siyakuba ngu-Elisuri indodana kaSedewuri.


impongo eyodwa ibe ngumnikelo wesono;


Ngosuku lwesihlanu uShelumiyeli indodana kaSurisadayi, isikhulu sabantwana bakwaSimeyoni, wanikela.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka