UNumeri 4:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Lena iyakuba yinkonzo yamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana mayelana nezinto ezingcwelengcwele. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 “Nanku umsebenzi wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana: izinto ezingcwelengcwele. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20204 “Umsebenzi wabozalo lukaKhohathi ethendeni lokuhlangana umayelana nezinto ezingcwelengcwele. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.