UNumeri 4:24 - Contemporary Zulu Bible 202424 Lona ungumsebenzi wezizukulwane zamaGereshoni ukukhonza nokuthwala. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE24 “Nanku umsebenzi wemindeni yamaGereshoni ngokukhonza nangokuthwala: Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202024 “Nanku umsebenzi wemindeni kaGereshoni, ngowokukhonza nowokuthwala: Uka jalj uñjjattʼäta |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.