UNumeri 4:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Kumelwe babeke zonke izinto zakhe abakhonza ngazo phezu kwalo, imicengezi yomlilo, namakhona enyama namafosholo nezitsha, zonke izinto ze-altare; bayakwendlala phezu kwalo isembozo sezikhumba zamatahasi, balinamathisele ezintini zalo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 babeke kuyo zonke izinto zalo abakhonza ngazo kulo, imicengezi yempepho, nezimfoloko, namafosholo, nezitsha, nezinto zonke ze-altare, bendlale phezu kwazo isimbozo sesikhumba samatahasi,* bafake izinti zalo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202014 babeke kuyo zonke izimpahla zalo abakhonza ngazo kulo, imicengezi yempepho, izimfologo, amafosholo, nezimpahla zonke ze-althare, bendlale phezu kwazo isembozo sesikhumba samahlengethwa, bese befaka izingongolo zalo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.