Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 36:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Baganwa ezizukulwaneni zamadodana kaManase indodana kaJosefa, ifa labo lahlala esizweni sesizukulwane sikayise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Agana emindenini yamadodana kaManase indodana kaJosefa, nefa lawo lahlala esizweni somndeni kayise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Agana emindenini yozalo lukaManase, indodana kaJosefa, kwathi ifa lawo lahlala esizwaneni somndeni kayise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 36:12
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba uMagila, noTirisa, noHogila, noMilka, noNowa, amadodakazi kaSelofehadi, agana amadodana abafowabo bakayise.


Le yimiyalo nezahlulelo uJehova ayala ngakho ngesandla sikaMose kubantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.


Nansi indaba iNkosi eyayala ngayo mayelana namadodakazi kaSelofehadi ngokuthi: Mawagane abona kufanele; bangagana kuphela ohlwini lozalo lwesizwe sikayise.


Abantwana bakwaJosefa bakhuluma kuJoshuwa, bathi: “Ninginikeni inkatho eyodwa kuphela nesabelo esisodwa sefa, lokhu ngingabantu abaningi, lokhu uJehova ungibusisile kuze kube manje na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka