Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 33:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Lezi ziyizohambo zabantwana bakwa-Israyeli abaphuma ezweni laseGibithe ngamabandla abo phansi kwesandla sikaMose no-Aroni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nanka amabanga ohambo lwabantwana bakwa-Israyeli abaphuma ngawo ezweni laseGibithe ngamabandla abo phansi kwesandla sikaMose nesika-Aroni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Nansi indlela abantu bakwa-Israyeli abahlelwa ngayo ngokwamathimba abo, ngesikhathi bephuma eGibhithe beholwa nguMose no-Aroni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 33:1
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathuma inceku yakhe uMose; no-Aroni amkhethayo.


Wahola abantu bakho njengomhlambi ngesandla sikaMose no-Aroni.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka eRamsesi baya eSukoti, kungathi izinkulungwane ezingamakhulu ayisithupha ezihamba ngezinyawo, amadoda ngaphandle kwabantwana.


Kwathi ekupheleni kweminyaka engamakhulu amane lamatshumi amathathu, ngalona lolosuku, wonke amabutho eNkosi aphuma elizweni leGibhithe.


Kwathi ngalona lolo suku uJehova ekhipha abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


Kodwa uNkulunkulu wabajikelezisa abantu endleleni eya ehlane loLwandle LwaseShelefu; abantwana bakwa-Israyeli bakhuphuka ezweni laseGibithe.


Yilabo o-Aroni noMose uJehova asho kubo ukuthi: “Bakhiphe abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


Ngokuba nganikhuphula ezweni laseGibithe, nganihlenga endlini yobugqila; ngathuma oMose, no-Aroni, noMiriyamu phambi kwenu.


UMose waloba ukuphuma kwabo njengezinyathelo zabo njengesiyalezo sikaJehova; lezi ziyizinkambo zabo ngohambo lwabo.


Ngathuma oMose no-Aroni, ngalihlupha iGibithe njengalokho ngenza phakathi kwalo; ngasemuva nganikhipha.


Kwathi uJakobe engena eGibithe, oyihlo bakhuleka kuJehova, uJehova wathuma oMose no-Aroni, bakhipha oyihlo eGibithe, babahlalisa kule ndawo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka