Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 32:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kepha thina siyakuphuma sihlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli size sibafikise endaweni yabo; nabantwana bethu abancane bayohlala emizini enezivikelo eziqinile ngenxa yabakhileyo ezweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 kepha thina uqobo lwethu siyakushesha sihlome, sihambe phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, size sibafinyelelise endaweni yabo, abancane bethu bahlale emizini ebiyelweyo ngenxa yabakhileyo ezweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 kodwa thina luqobo siyosheshe sihlome, sihambe phambi kwabantu bakwa-Israyeli, size sibafinyelelise endaweni yabo. Izingane zethu ziyosala emizini ebiyelweyo, ngenxa yabakhileyo ezweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 32:17
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Base besondela kuye, bathi: “Sizakwakhela izinkomo zethu izibaya lapha, nemizi yabantwana bethu.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka