Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 3:50 - Contemporary Zulu Bible 2024

50 Wayithatha imali kumazibulo abantwana bakwa-Israyeli; amashekeli ayinkulungwane namakhulu amathathu namashumi ayisithupha nanhlanu ngokweshekeli lendlu engcwele;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 kuwo amazibulo abantwana bakwa-Israyeli wayithatha imali, amashekeli* ayinkulungwane namakhulu amathathu namashumi ayisithupha nanhlanu ngokweshekeli lendlu engcwele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

50 emazibulweni abantu bakwa-Israyeli wathatha imali engamashekeli ayi-1 365 ngokweshekeli lendawo engcwele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 3:50
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UMose wathatha imali yesihlengo kulabo ababengaphezu kwabahlengwe ngamaLevi.


UMose wayinika u-Aroni namadodana akhe imali yesihlengo njengezwi likaJehova, njengalokho uJehova emyalile uMose.


njengalokhu iNdodana yomuntu ingezanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza, nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.


owazinikela ngenxa yethu, ukuze asihlenge kubo bonke ububi, futhi azihlambulule isizwe esiyisizwe, esishisekela imisebenzi emihle.


kungengegazi lezimbuzi nelamathole, kodwa ngelakhe igazi wangena kanye nje endaweni engcwele, esizuzele ukukhululwa okuphakade.


Njengoba nazi ukuthi anihlengwanga ngezinto ezibhubhayo, isiliva negolide, enkambweni yenu eyize enayamukeliswa oyihlo;


Ngokuba noKristu wahlupheka kwaba kanye ngenxa yezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuze asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni, kodwa ephiliswa ngoMoya;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka