Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 3:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 KwaGereshoni kwavela umndeni wakwaLibini nomndeni wakwaSimi; lezi ziyizizukulwane zamaGereshoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 KwaGereshoni kwavela umndeni wamaLibini nomndeni wamaShimeyi; yileyo eyimindeni yamaGereshoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 KuGereshomi kwavela umndeni kaLibhini nokaShimeyi, lena yiyona imindeni yakwaGereshoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 3:21
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lawa angamagama amadodana kaGereshomu: ngo: uLibni noShimeyi.


Lawa angamagama amadodana kaLevi ngemindeni yawo; uGereshoni noKohati noMerari; iminyaka yokuphila kukaLevi yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nesikhombisa.


Umndeni wendlu kaLevi ngokwehlukana, nabafazi babo ngokwehlukana; umndeni wakwaSimeyi ngokwehlukana, nabafazi babo ngokwehlukana;


Nansi imindeni yamaLevi: ngumndeni wakwaLibini, nomndeni wakwaHebroni, nomndeni wakwaMagili, nomndeni wakwaMushi, nomndeni wakwaKora. UKohati wazala u-Amramu;


Lawa angamagama amadodana kaGereshoni ngemindeni yawo; uLibni noShimeyi.


Amadodana kaMerari ngemindeni yawo; UMahli noMusi. Lezi ziyizizukulwane zamaLevi ngemindeni yawo.


Labo ababalwayo ngenani labo bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, ababalwayo kubo babe yizinkulungwane eziyisikhombisa namakhulu amahlanu.


bala amadodana kaGereshoni ngemindeni yawo ngezizukulwane zawo;


Abantwana bakwaGereshoni babelwa imizi eyishumi nantathu emindenini yesizwe sakwa-Isakare, nasesizweni sakwa-Asheri, nasesizweni sakwaNafetali, nasenxenyeni yesizwe sakwaManase eBashani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka