Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 3:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Amadodana kaKohati ngemindeni yawo; u-Amramu no-Ishehari, uHebroni no-Uziyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Namadodana kaKohati ngemindeni yawo: o-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 Amadodana kaKhohathi ngemindeni yawo: u-Amramu, uJizihari, uHebhroni no-Uziyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 3:19
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

emadodaneni kaKohati: u-Uriyeli inhloko nabafowabo, beyikhulu namashumi amabili;


KuHemani: amadodana kaHemani; uBhukiya, noMathaniya, no-Uziyeli, noZebhuweli, noJerimoti, noHananiya, noHanani, no-Eliyatha, noGidaliti, noRomamtiseri, noJosbekasa, noMaloti, noHothiri, noMahasiyoti;


Amadodana kaKohati: ngo-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.


indodana kaJisihari, indodana kaKohati, indodana kaLevi, indodana ka-Israyeli.


Ayesesuka amaLevi, oMahati indodana ka-Amasayi, noJoweli indodana ka-Azariya emadodaneni amaKohati; emadodaneni kaMerari: nguKishi indodana ka-Abidi, no-Azariya indodana kaJehaleli kumaGereshoni; uJowa, indodana kaSima, no-Edene indodana kaJowa;


Lawa angamagama amadodana kaLevi ngemindeni yawo; uGereshoni noKohati noMerari; iminyaka yokuphila kukaLevi yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nesikhombisa.


Amadodana kaKohati ngo u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli; iminyaka yokuhamba kukaKohati yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nantathu.


U-Amramu wathatha uJokebedi, udadewabo kayise, abe ngumkakhe; wamzalela o-Aroni noMose; iminyaka yokuhamba kuka-Amramu yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nesikhombisa.


Umndeni wendlu kaLevi ngokwehlukana, nabafazi babo ngokwehlukana; umndeni wakwaSimeyi ngokwehlukana, nabafazi babo ngokwehlukana;


Lawa angamagama amadodana kaGereshoni ngemindeni yawo; uLibni noShimeyi.


Amadodana kaMerari ngemindeni yawo; UMahli noMusi. Lezi ziyizizukulwane zamaLevi ngemindeni yawo.


KwaKohati kwavela umndeni wakwa-Amramu nomndeni wama-Ishari nomndeni wakwaHebroni nomndeni wakwa-Uzili; lezi ziyizizukulwane zamaKohati.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka