Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 28:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngosuku lweshumi nanhlanu lwaleyo nyanga kungumkhosi; isinkwa esingenamvubelo siyakudliwa izinsuku eziyisikhombisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngosuku lweshumi nanhlanu lwaleyo nyanga kuyakuba ngumkhosi, kudliwe isinkwa esingenamvubelo izinsuku eziyisikhombisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 Ngosuku lwe-15 lwaleyo nyanga, kuyakuba ngumkhosi, kudliwe isinkwa esingenamvubelo izinsuku eziyisikhombisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 28:17
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo, ngosuku lwesikhombisa kube nomkhosi kaJehova.


Kumelwe ugubhe umkhosi wesinkwa esingenamvubelo (izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo, njengoba nje ngakuyala, ngesikhathi esimisiwe senyanga ka-Abibi, ngoba waphuma ngayo eGibhithe, futhi akekho oyolala phambi kwami ayiveli).


Kumelwe ugubhe umkhosi wesinkwa esingenamvubelo. Izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo, njengalokho ngakuyala, ngesikhathi senyanga ka-Abibi; ngoba ngenyanga ka-Abibi waphuma eGibhithe.


Ngosuku lweshumi nanhlanu lwaleyo nyanga kungumkhosi wesinkwa esingenamvubelo wenkazimulo kaJehova; izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka