Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 27:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngokuba nahlubuka emyalezweni wami ehlane laseSini, ekulweni kwebandla, ukungingcwelisa emanzini phambi kwamehlo abo; lawo angamanzi aseMeriba eKadeshi ehlane laseSini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ngokuba ehlane laseSini ekulweni kwenhlangano nahlubuka ezwini lami lokungingcwelisa ngasemanzini phambi kwamehlo abo.” Lawa angamanzi aseMeriba laseKadeshi ehlane laseSini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 Okwathi phela, lapho inhlangano ingihlubuka ehlane iSini imelana nami, nani nangangihlonipha, nangabukhombisa ubungcwele bami phambi kwayo ngasemanzini.” Lawo ngamanzi eMeribha eseKadeshi ehlane iSini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 27:14
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wabiza indawo ngokuthi iMasa neMeriba ngenxa yokuxabana kwabantwana bakwa-Israyeli nangenxa yokubuza kwabo uJehova ngokuthi: “Ingabe uJehova uphakathi kwethu noma qha?


Base benyuka, balihlola izwe kusukela ehlane laseSini kuze kube seRehobe, lapho abantu befika eHamati.


Abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yonke, bafika ehlane laseSini ngenyanga yokuqala; abantu bahlala eKadeshi; uMiriyamu wafela khona, wembelwa khona.


U-Aroni uyakubuthelwa kubantu bakubo, ngokuba akayikungena ezweni engalinika abantwana bakwa-Israyeli, ngokuba nahlubuka ezwini lami emanzini aseMeriba.


Nisikhuphuleleni eGibithe ukuba nisilethe kule ndawo embi na? kayisiyo indawo yembewu, lamakhiwane, lemivini, lamapomegranati; futhi awekho amanzi okuphuza.


UMose wakhuluma kuJehova, wathi:


Nina bantamo zilukhuni, abangasokile ezinhliziyweni nasezindlebeni, nimelana njalo noMoya oNgcwele;


UJehova wangithukuthelela ngenxa yenu, wathi: ‘Nawe awuyikungena khona.


Kodwa kufanele ngifele kuleli zwe, angiyikuwela iJordani; kepha niyakudabula, nilidle lelo zwe elihle.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka