Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 26:64 - Contemporary Zulu Bible 2024

64 Kepha phakathi kwabo kwakungekho noyedwa kubo uMose no-Aroni umpristi abababalayo lapho bebala abantwana bakwa-Israyeli ehlane laseSinayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

64 Kepha phakathi kwalabo kwakungekho muntu wababebaliwe nguMose nangu-Aroni umpristi, ababala abantwana bakwa-Israyeli ehlane laseSinayi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

64 Akukho namunye owasalayo phakathi kwalabo ababebalwe nguMose no-Aroni, umphristi, okuyibona ababala abakwa-Israyeli ehlane iSinayi,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 26:64
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izidumbu zenu zizawela ogwadule; nabo bonke ababalwayo kini ngokwenani lenu lonke, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, abakhononda ngami.


Kepha nina, izidumbu zenu, ziyakuwa ogwadule.


Yilabo ababalwayo nguMose no-Eleyazare umpristi, ababebala abantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.


Ubaba wafela ehlane, wayengekho eqenjini lababuthanela uJehova eqenjini likaKora; kodwa wafa esonweni sakhe futhi engenamadodana.


Kepha uNkulunkulu akajabulanga ngabaningi babo, ngokuba bachithwa ehlane.


Kodwa ngobani abadabukisayo iminyaka engamatshumi amane? Kwakungebona abonileyo, izidumbu zabo zawela ehlane na?


Nasi isizathu sokuba uJoshuwa abasoke: Bonke abantu abaphuma eGibhithe, abesilisa, yebo, wonke amadoda empi, bafela ehlane endleleni ngemva kokuphuma kwabo eGibhithe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka