UNumeri 24:17 - Contemporary Zulu Bible 202417 Ngiyakumbona, kodwa hhayi manje; Ngiyakumbona, kodwa hhayi eduze; kuyakuvela inkanyezi kuJakobe, nentonga yobukhosi iyakwenyuka kwa-Israyeli, ishaye imikhawulo yakwaMowabi, nabo bonke abantwana bakwaSheti. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE17 “Ngiyambona, kepha kungemanje; ngiyambheka, kodwa kungeseduze; kuyakuvela inkanyezi kuJakobe, nentonga yobukhosi iyakuvuka kwa-Israyeli, ishaye uMowabi emaceleni, ichithe onke amadodana kaSeti. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202017 “Ngiyambona, kodwa hhayi manje; ngiyambheka, kodwa akekho eduze. Kuyovela inkanyezi kuJakobe; intonga yobukhosi iyovuka kwa-Israyeli, iphohloze uMowabi nxazonke, ichithe amadodana kaSethi; Uka jalj uñjjattʼäta |