Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 23:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 UBalaki wenza njengokusho kukaBileyamu, wanikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 UBalaki wenza-ke njengalokho eshilo uBileyamu; wanikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

30 UBhalaki wenza njengokusho kukaBhileyamu, wanikela ngenkunzi nenqama kulelo nalelo althare.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 23:30
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abisalomu wathumela wabiza u-Ahithofeli waseGiloni, umeluleki kaDavide, emzini wakubo eGilo, esanikela imihlatshelo. Uzungu lwaqina; abantu banda njalo ku-Abisalomu.


Uma umhlatshelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wezinkomo, uyakuletha iduna elingenasici; woliletha ngokuzithandela phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana.


UBalaki wanikela ngezinkomo nezimvu, wakuthuma kuBileyamu nakuzo izikhulu ezazinaye.


UBileyamu wayesethi kuBalaki: “Ngakhele lapha ama-altare ayisikhombisa, ungilungisele lapha izinkabi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa.


UBalaki wenza njengokukhuluma kukaBileyamu; oBalaki noBileyamu banikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.


UBileyamu wayesethi kuBalaki: “Ngakhele lapha ama-altare ayisikhombisa, ungilungisele lapha izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa.


UBileyamu esebonile ukuthi kwakukuhle kuJehova ukubusisa u-Israyeli, akahambanga ukuyofuna imilingo njengakuqala, kepha wabhekisa ubuso bakhe ehlane.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka