UNumeri 21:24 - Contemporary Zulu Bible 202424 U-Israyeli wamshaya ngosiko lwenkemba, walidla izwe lakhe kusukela e-Arinoni kuze kube seJabhoki kubantwana bakwa-Amoni, ngokuba umkhawulo wabantwana bakwa-Amoni wawunamandla. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE24 U-Israyeli wamnqoba ngosiko lwenkemba, wadla izwe lakhe, kusukela e-Arinoni kuze kufike eJaboki nakubo abantwana bakwa-Amoni, ngokuba umkhawulo wabantwana bakwa-Amoni wawunamandla. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202024 Abakwa-Israyeli bamnqoba ngenkemba, badla izwe lakhe kusukela e-Arinoni kuze kufike eJabhoki, baye bangquleka kwa-Amoni, ngoba umngcele wabakwa-Amoni uqinile. Uka jalj uñjjattʼäta |