Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 21:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngivumele ngidabule izwe lakho; asiyikuphuza amanzi omthombo, kepha siyakuhamba ngendlela yenkosi, size sidlule umkhawulo wakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 “Ake sidabule izwe lakho; asiyikuchezukela emasimini noma ezivinini, singaphuzi amanzi emithombo; siyakuhamba ngomgwaqo wenkosi, size sidlule umkhawulo wakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 “Ake usivumele sidabule ezweni lakho; asiyukuchezukela emasimini noma ezivinini, futhi asiyukuphuza manzi emithonjeni yakho. Siyakuhamba ngomgwaqo wenkosi, size siphume emngceleni wezwe lakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 21:22
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi lapho simbiza uJehova, walizwa izwi lethu, wathuma ingelosi, yasikhipha eGibithe; bheka, siseKadeshi, umuzi osekugcineni komkhawulo wakho.


Masidabule ezweni lakho, asiyikudabula amasimu noma izivini, singaphuzi amanzi emithombo; siyakuhamba endleleni ephakeme yenkosi, asiyikuphambukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo, size sidlule imingcele yakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka