UNumeri 18:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Kumelwe nigcine inkonzo yendlu engcwele nenkonzo ye-altare, ukuze intukuthelo ingabe isaba phezu kwabantwana bakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 “Niyakugcina inkonzo yendlu engcwele nenkonzo yase-altare, ukuze ulaka lungabe lusaba khona phezu kwabantwana bakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 “Niyakugcina inkonzo yendlu engcwele nenkonzo yase-althare, ukuze ulaka lungabe lusaba khona phezu kwabantu bakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngamnika u-Aroni namadodana akhe amaLevi phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, abe yisipho kubantwana bakwa-Israyeli, benze inkonzo yabantwana bakwa-Israyeli etendeni lokuhlangana, benzele abantwana bakwa-Israyeli ukubuyisana. Kasikho isifo phakathi kwabantwana bakoIsrayeli, lapho abantwana bakoIsrayeli besondela endlini engcwele.