UNumeri 18:26 - Contemporary Zulu Bible 202426 Yisho kumaLevi, uthi kuwo: ‘Uma nithatha kubantwana bakwa-Israyeli okweshumi engininike khona kubo njengefa lenu, niyakuletha kukho umnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, okweshumi kokweshumi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE26 “Futhi uyakukhuluma kumaLevi, uthi kuwo: ‘Nxa nithabatha kwabakwa-Israyeli okweshumi engininike khona kuvela kubo, kube yifa lenu, niyakunikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, okweshumi kokweshumi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202026 “Uyobatshela abaLevi uthi kubo: ‘Uma nithatha okweshumi kwabantu bakwa-Israyeli engininike khona kuvela kubo, kube yifa lenu, anonikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuSimakade, okweshumi kokweshumi. Uka jalj uñjjattʼäta |